Meta Umfundi – Izingathekiso ezingama-52 ezivela eBhayibhelini (A5 Size)

R100.00

Category:

Description

(Size A5 – half of A4) Sikhuthazwa ukuba sibe njengoJesu (2 kwabaseKorinte 3 ivesi 18) Umbuzo uthi: Sikwenza kanjani lokhu? Umuntu wayengafunda ngemisebenzi nezenzo Zakhe. Izindaba Azixoxayo kungaba ngomunye umkhondo. Enye indlela kwesinye isikhathi esingakunaki, ukusebenzisa izingathekiso uNkulunkulu azibeka eBhayibhelini. UJesu ufana nensipho. UJesu uyisinkwa. UJesu ungukukhanya. UJesu ungumvini. UJesu uyingonyana. UJesu uyiwundlu.

Ngokufundisisa izici zalezo zingathekiso, sithola indlela eyingqayizivele ‘yokusondela’ kuye futhi ‘sifane kakhulu’ noJesu.

Le ncwadi ikunika amandla ngezingathekiso ezingama-52. Kukunika izindlela ezingama-52 zokuqonda uJesu, wena, nebandla likaNkulunkulu.

 

(nguWicus Luwes – Kuhunyushwe nguMay van Rooyen)

 

Please follow and like us:

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Meta Umfundi – Izingathekiso ezingama-52 ezivela eBhayibhelini (A5 Size)”

Your email address will not be published. Required fields are marked *